Download Print this page

Iwaranti - ottimo P70B17L-T8 Instruction Manual

17 l microwave oven

Advertisement

Available languages

Available languages

ISIZULU
SICELA UNAMATHISELE ISILIPHU/UBUFAKAZI BOKUTHENGA LAPHA.
UMA KWENZEKA UFAKA ISICELO SOKUKHOKHELWA NGAPHANSI
ISILIPHU/UBUFAKAZI BOKUTHENGA KUMELE UKUVEZE KUHAMBE NAYO
Inombolo yohlobo
Igama lomkhiqizo
Usuku lokuthenga
Indawo othenge kuyo
Umuntu
odayisa
1.
("ikhasimende") unika iwaranti yokuthi lo mkhiqizo uzoba seqophelweni elihle futhi,
uzobe usebenza kahle, ungenawo amaphutha futhi ukufanele lokhu ohloselwe khona
ngaphansi kokusetshenziswa okujwayelekile kwasendlini, isikhathi esingunyaka o-1
(owodwa) kusukela ngosuku othengwe ngalo ("isikhathi sewaranti") salo mkhiqizo.
Uma kwenzeka ukuthi umkhiqizo awukho ezingeni elifanele noma awusebenzi
2.
ngendlela efanele, unephutha noma ungakulungele lokhu ohloselwe khona uma
usetshenziswa endlini ngaphambi kokuthi isikhathi sewaranti siphele, ikhasimende,
ngemibandela esesigabeni 3 ngezansi, lingawubuyisela umkhiqizo kumthengisi
ngalemigomo:
2.3 Ezinyangeni zokuqala eziyi-6 (isithupha) zewaranti: uzobuyiselwa imali eyinani
athenga ngalo noma ashintshise umkhiqizo athathe ofanayo noma onjengawo
othengisa ngenani elifanayo;
2.2 Emva kwezinyanga ezi-6 (isithupha) siphelile isikhathi sewaranti: ukushintsha
umkhiqizo ngomkhiqizo ofanayo ngenani elifanayo owalithenga ngawo.
3. Umthengisi angeke awubuyisele umkhiqizo noma abuyisele ikhasimende imali
ngokwewaranti uma umkhiqizo:
3.1 usushintshiwe okuphambene nemiyalelo oyihlinzekwe ebhukwini elimayelana
nomkhiqizo;
3.6 ususetshenziswe ngendlela engeyiyo, uhlukunyeziwe noma usuphazanyisiwe;
3.7 unephutha noma ungasasebenzi ngendlela efanele ngenxa yokulimala nokuguga
okujwayelekile;
3.4 usulimele ngenxa yokunganaki, ubudedengu, nokuziphatha kabi komthengi noma
ngenxa yobugebengu;
3.5 ususetshenziselwe ukuhweba noma usebenze efemini.
4. Le waranti isebenza kuphela uma umkhiqizo uthengwe kumthengisi futhi kungekho
lutho okufakiwe emkhiqizweni kufakwa yikhasimende.
5. Noma yisiphi isicelo sokukhokhelwa ngaphansi kwewaranti kumele sihambisane
nobufakazi bokuqala bokuthenga.
6. Qaphela ukuthi into eshintshwayo izobalelwa isikhathi sewaranti ukusukela
ngosuku eyathengwa ngalo.

IWARANTI

KWALEWARANTI, LOKHU OKUSHIWO
LEWARANTI
umkhiqizo
("umthengisi")
(Inombolo ye-lot:
kumuntu
wokuqala
)
lomkhiqizo

Hide quick links:

Advertisement

Chapters

loading