Sony ST23a Information page 117

Sar information fcc statement
Hide thumbs Also See for ST23a:
Table of Contents

Advertisement

ukuqinisekisa ukuvikeleka kwabo bonke abantu, ngale kokunaka
iminyaka nesimo sezempilo sabo.
Ngemisebenzi yokugqokwa emizimbeni, le foni ihloliwe futhi
iyahlangabezana nemihlahlandlela yokuvuleleka ye-RF uma
isetshenziswa nesisekeli esingenayo insimbi futhi esibeka
ihendisethi ebuncaneni obungu-15 mm ukuqhela emzimbeni.
Ukusetshenziswa kwezesekeli ngeke kwaqinisekisa ukuvumelana
kahle nemihlahlandlela yokuvuleleka ye-RF.
Imihlahlandlela isebenzisa iyunithi yokulinganisa eyaziwa
ngeReythi Yokumunca Eqondile, noma i-SAR. Umkhawuko we-
SAR wamadivaysi amaselula ungu-2 W/kg nenani le-SAR
eliphakeme lale divaysi ngenkathi lihlolwa endlebeni lalingu
0.87 W/kg (10g)*. Njengoba amadivaysi amaselula enikeza uhlu
lwezinhlelo, angasetshenziswa kwezinye izindawo,
njengasemzimbeni. Ezimeni lapho ifoni igqokwa ngqo emzimbeni,
inani le-SAR eliphezulu elihloliwe lingu 1.10 W/kg (10g)*.
Njengoba i-SAR ilinganiswa ngokusebenzisa amandla omlilo
wokudlulisa aphakeme amadivaysi i-SAR yangempela yale
divaysi ngenkathi isebenza ingaphansi kwale eboniswe
ngasenhla. Lokhu kwenziwa izinguquko ezi-othomathikhi
kwizinga lamandla omlilo ale divaysi ukuqinisekisa ukuthi
isebenzisa kuphela izinga elincane elidingekayo ukufinyelela
kwinethiwekhi.
I-World Health Organization ibeke ukuthi ulwazi lwezesayensi
lwamanje alukhombisi isidingo sokuqaphela okukhethekile
sokusebenzisa amadivaysi eselula. Bathi uma ufuna ukunciphisa
ukuvuleleka kwakho ungakwenza lokho ngokukhawula ubude
bezingcingo noma ngokusebenzisa idivaysi yehendisfri ukugcina
iselula ikude nekhanda nomzimba.
Ulwazi Olwengeziwe lungatholakala kumawebhusaythi e-World
Health Organization (http://www.who.int/emf) noma e-Vodafone
(http://www.vodafone.com).
. . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . . .
*Ukuhlolwa kwenziwa ngemvumelwano nemihlahlandlela
yamazwe omhlaba jikelele yokuhlola.
This is an Internet version of this publication. © Print only for private use.
27

Advertisement

Table of Contents
loading

Table of Contents